Wikipedia zuwiki https://zu.wikipedia.org/wiki/Ikhasi_Elikhulu MediaWiki 1.39.0-wmf.26 first-letter Media Special Talk User User talk Wikipedia Wikipedia talk File File talk MediaWiki MediaWiki talk Template Template talk Help Help talk Category Category talk TimedText TimedText talk Module Module talk Gadget Gadget talk Gadget definition Gadget definition talk UNkulunkulu 0 1695 96853 45821 2022-08-25T09:39:12Z Fongcwele 16873 Added on intro wikitext text/x-wiki '''UNkulunkulu''' noma '''uThixo''' noma '''uSomandla''' noma '''uSimakade''' noma '''uMvelinqangi'''. Ngokwemfundiso ethi [[uThixomunye]], uThixo ubonwa njengophakeme, '''uMdali''', nalowo okufanelwe kukholelwe kuye. UThixo uchazwa njengonamandla onke, onolwazi lonke, ondawo zonke, onomusawonke futhi nanjengo nobuphakade nokudingekile ukuba abekhona. == Amakhasi amangaphandle == * [https://zu.kingdomsalvation.org Ivangeli lokufika kombuso], izinto ezivela enkolweni yobuKristu kodwa hhayi yonke indawo [[Category:Inkolo]] eismc8pbnaqirz8vu84z4sqdivrumyb 96854 96853 2022-08-25T09:47:08Z Fongcwele 16873 wikitext text/x-wiki '''UNkulunkulu''' noma '''uThixo''' noma '''uSomandla''' noma '''uSimakade''' noma '''uMvelinqangi'''. Ngokwemfundiso ethi [[uThixomunye]], uThixo ubonwa njengophakeme, '''uMdali''', nalowo okufanelwe kukholelwe kuye. UThixo uchazwa njengonaMandlaonke, onoLwazilonke, oNdawozonke, onoBuhlebonke futhi nanjengo nobuphakade nokudingekile ukuba abekhona. Ngokuvamile uThixo uthathwa njengongenamzimba, nonezici eziyamaniswa nemibono yokungaQondakali noma ukuDlelana nabantu. == Amakhasi amangaphandle == * [https://zu.kingdomsalvation.org Ivangeli lokufika kombuso], izinto ezivela enkolweni yobuKristu kodwa hhayi yonke indawo [[Category:Inkolo]] ff9em7tirsleuhusr9wv67zcivk98mz Amanzi 0 2178 96844 96267 2022-08-24T19:40:54Z Fongcwele 16873 wikitext text/x-wiki [[File:Water_droplet_blue_bg05.jpg|right|thumb|Amanzi]] '''Amanzi''' ayisiqa sevanga esingaphili, esiluntwentwe, esinganambitheki, esinganuki, nesicishe sangaba nambala, esiyisakhi esiyinhloko samanzimbulunga kaNomkhubulwane nezigxazi zazo zonke [[iZiphili]] ezaziwayo (okuyilapho asebenza njengesincibikilisi). Abalulekile kuzo zonke izinhlobo zokuphila, nakuba engazihlinzeki ngokudla, impekumpeku, noma ngezincinciMisoco ezingokwemvelo. Ukubumbeka kwawo ngokwevanga, H20, kukhomba ukuthi amaChembe awo ngawodwa aqukethe [[uMoya-mpilo|isOhwe]] elilodwa namaHwanzi amabili angamaChwe, axhunyaniswe [[uMnananzuba]]. AmaChwe eHwanzi anamathelene neChwe lesOhwe engonini engama-104.45°. "Amanzi" igama lesimo esiluKetshezi se-H2O ezingeni lokushisa nokucindezeleka okuvamile. {{stub}} [[Category:Amanzi| ]] [[Category:Imvelo]] [[Category:Iziphuzo]] 7ac0k9korwuh8a3cmndjpdxf7bmxrog IFilosofi 0 6988 96847 42386 2022-08-24T20:35:51Z Fongcwele 16873 Yenze ifundeke wikitext text/x-wiki [[File:Raffael-58a.jpg|thumb|421x421px|iFilosofi]] '''iFilosofi''' noma '''iNgcithabuchopho''', Noma '''iNjulalwazi,''' isifundo esihlelekile semibuzo evamile nebalulekile, efana naleyo ephathelene no[[IUkhona|Bukhona]], iNhluzeko, uLwazi, ezesiMilo, inGqondo [[ulimi|noLimi]]. Lemibuzo ivezwa njengezinkinga ezidinga ukufundisiswa nokuxazululwa. Igama elithi ifilosofi liwumfakela osuka kwelesiGriki 'philosophia' elisho 'ukuthanda ukuhlakanipha.' Izindlela-su ezingokwefilosofi zihlanganisa ukuhloma imibuzo, ingxoxo egxekayo, izimpikiswano ezihluzekile, nezethulo ezihlelekile. {{DEFAULTSORT:Filosofi}} [[Category:Inkolelo]] 4fr7fbjigodm4pa33a259frtnyiz3a0 Electrons 0 18851 96848 95704 2022-08-25T04:27:22Z Nhlanhla Mbambo 14953 Blanked the page wikitext text/x-wiki phoiac9h4m842xq45sp7s6u21eteeq1 Ulwazi 0 18871 96845 73928 2022-08-24T20:09:26Z Fongcwele 16873 Yandisile wikitext text/x-wiki '''uKwaziswa''' umqondo oyisicabango ubhekisela kulokho okunamandla okwaziswa. Ngokuyisisekelo ukwaziswa kumayelana nokuhunyushwa kwalokho okulabathekayo. Noma iyiphi inqubo engokwemvelo engesona isiyaluyalu ngokuphelele, futhi noma iyiphi indlela ebonakalayo kunoma isiphi isilekeleli kungashiwo ukuthi idlulisa inani elithile lokwaziswa. Kuyilapho [[iziyabizo zezibhangqiwe]] neminye imininingo zisebenzisa izimpawu ezimagumbi ukudlulisa ukwaziswa, ezinye izimongotho nezinto ezifana [[neziyabizo zenzuko]], izinkondlo, izithombe, umculo neminye imisindo, nemigelezo zona zidlulisa ukwaziswa ngohlobo olunganqamuki. '''Ukwaziswa akulona ulwazi ngokwalo,''' kodwa liwucezu uluthi malihlanganiswa nezinye izingcezu zokwaziswa zakhe ulwazi. {{Stub}} s6pc143odmlm3sxbt6v9u5cx2559dlf 96846 96845 2022-08-24T20:18:13Z Fongcwele 16873 wikitext text/x-wiki '''uKwaziswa''' umqondo oyisicabango ubhekisela kulokho okunamandla okwazisa. Ngokuyisisekelo ukwaziswa kumayelana nokuhunyushwa kwalokho okulabathekayo. Noma iyiphi inqubo engokwemvelo engesona isiyaluyalu ngokuphelele, futhi noma isiphi isibonisi esibonakalayo kunoma isiphi isilekeleli, kokubili kungashiwo ukuthi kudlulisa inani elithile lokwaziswa. Kuyilapho [[iziyabizo zezibhangqiwe]] neminye imininingo zisebenzisa izimpawu ezimagumbi ukudlulisa ukwaziswa, ezinye izimongotho nezinto ezifana [[neziyabizo zenzuko]], [[inkondlo|izinkondlo]], izithombe, [[umculo]] neminye imisindo nemigelezo, zona zidlulisa ukwaziswa ngohlobo olunganqamuki. '''Ukwaziswa akulona ulwazi ngokwalo,''' kodwa liwucezu oluthi malihlanganiswa nezinye izingcezu zokwaziswa zakhe ulwazi. {{Stub}} 09rbbwspdc3734o9zix2el4gbwr464i INxelesi 0 29899 96849 96773 2022-08-25T05:40:53Z Fongcwele 16873 wikitext text/x-wiki '''iNxelesi''' noma '''iNzuba''' iyinhlayiyana engaphansi kuneChwe (emelwe izimpawu e noma β) enomlelesa wamazuba owubuzuba obubodwa ophikayo. Izinxelesi (izinzuba) ziyingxenye yeqembu lokuqala emndenini wezinhlayiyana eziyiZinhlamvwana, futhi jikelele kucatshangwa ukuthi ziyizinhlayiyana eziyisisekelo ngenxa yokungabi nezakhi ezincane noma izinhlakana ezaziwayo. Isisindo senzuba cishe sincane izikhathi eziyizi-1836 kunaleso [[iNelesi|seNelesi]]. Izakhi eziwubuNguxa boMngako zenzuba zihlanganisa umjijiyane osangoni (ukumpimpiliza), wenani eliyingxenye, oboniswa ngemivo yezibalo zikaPlanck. NjengezikaFelimi, akunakwenzeka ukuba izinzuba ezimbili zibe [[sesimweni soMngako]] esifanayo, ngokuvumelana nesimiso sikaPauli somgonqo. Izinzuba, njengezinye izinhlayiyana eziyisisekelo zinezakhi zezinhlayiyana nezaMaza: Zingagqushana nezinye izinhlayiyana futhi zingasakazeka njengokukhanya. Izakhi zamaza wenzuba kulula ukuzibukisisa ngemigcanso kunalezo zezinye izinhlayiyana [[inTunge|ezinjengeziNtunge]] neziNelesi ngoba izinzuba zinesisindo esiphansi. [[File:Electron shell 008 Oxygen mk.svg|thumb|Umfanekiso wokwakhiwa kwenxelesi yesOhwe (phecelezi i-''oxygen'')]] kjteudfs2osho1bby2l41vujkmoancx 96850 96849 2022-08-25T05:50:53Z Fongcwele 16873 Intro is a direct translation from isingisi wikitext text/x-wiki '''iNxelesi''' noma '''iNzuba''' iyinhlayiyana engaphansi kuneChwe (emelwe izimpawu e noma β) enomlelesa wamazuba owubuzuba obubodwa ophikayo. Izinxelesi (izinzuba) ziyingxenye yeqembu lokuqala emndenini wezinhlayiyana eziyiZinhlamvwana, futhi jikelele kucatshangwa ukuthi ziyizinhlayiyana eziyisisekelo ngenxa yokungabi nezakhi ezincane noma izinhlakana ezaziwayo. Isisindo senzuba cishe sincane izikhathi eziyizi-1836 kunaleso [[iNelesi|seNelesi]]. Izakhi eziwubuNguxa boMngako zenzuba zihlanganisa umjijiyane osangoni (ukumpimpiliza), wenani eliyingxenye, oboniswa ngemivo yezibalo zikaPlanck. NjengezikaFelimi, akunakwenzeka ukuba izinzuba ezimbili zibe [[sesimweni soMngako]] esifanayo, ngokuvumelana nesimiso sikaPauli somgonqo. Izinzuba, njengezinye izinhlayiyana eziyisisekelo zinezakhi zezinhlayiyana nezaMaza: Zingagqushana nezinye izinhlayiyana futhi zingasakazeka njengokukhanya. Izakhi zamaza wenzuba kulula ukuzibukisisa ngemigcanso kunalezo zezinye izinhlayiyana [[inTunge|ezinjengeziNtunge]] neziNelesi ngoba izinzuba zinesisindo esiphansi, ingakho kunebangacuphi lika-de Broglie kumpekumpeku ngayinye . [[File:Electron shell 008 Oxygen mk.svg|thumb|Umfanekiso wokwakhiwa kwenxelesi yesOhwe (phecelezi i-''oxygen'')]] sqkguek39lbhnfpw9w7xb3g4g6pku3h Yini inoveli 0 30340 96851 2022-08-25T09:06:25Z 41.115.98.233 Type wikitext text/x-wiki Thembelihle Dah poet mx2hix0949ibdxju8y2dash71emyur4 96852 96851 2022-08-25T09:08:05Z 41.115.98.233 Typoo wikitext text/x-wiki Thembelihle Dah poet Umbali wezinkondlo uyatholakala Ku WhatsApp nayi inombolo yakhe 0710482188 5ey8o0f9zq9n5haww5jjie2q0n9mzku