Wikipedia
zuwiki
https://zu.wikipedia.org/wiki/Ikhasi_Elikhulu
MediaWiki 1.39.0-wmf.23
first-letter
Media
Special
Talk
User
User talk
Wikipedia
Wikipedia talk
File
File talk
MediaWiki
MediaWiki talk
Template
Template talk
Help
Help talk
Category
Category talk
TimedText
TimedText talk
Module
Module talk
Gadget
Gadget talk
Gadget definition
Gadget definition talk
Izinganekwane
0
3202
96795
96779
2022-08-16T17:42:03Z
102.218.42.2
Fixed typo
wikitext
text/x-wiki
'''{{PAGENAME}}''' izingxoxo ezixoxelwa izingane. Zixoxwa umama wezingane noma ugogo. yingxoxo exoxwa ngolimi olwejwayelekile ephathelene ngezehlakalo zabalingiswa nezehlakalo zabalingiswa okungaba [[Abantu|abantu]] noma [[Izilwane|izilwane]]. Leli yiqoqo lezindaba ezizukulwaneni ngokomlomo.Izinganekwane izindaba ezazixoxwa emandulo futhi ezisaxoxwa namanje. Kuthiwa izinganekwane kuqedwa ngazo isithukuthezi futhi ukuxoxwa kwazo kwakungekhona ukuba zikholeke kumbe kine yizindaba ezingamaqiniso, kepha zazixoxelwa ubumnandi nje nokuzijabulisa njengoba kwashiwo.Maputi sandwich
Igama elithi "Izinganekwane" liqoqela ndawonye zonke izindatshana ezazixoxwa kudala. Uma sezihlolisiwa kahle lezi izindatshana sithola ukuthi zehlukahlukene. Kukhona ezixoxa ngobuhlakani kumbe ngobuqhawe obuthile, ezinokuthile okusamlando kepha okungacacile kahle. Lezi zibizwa ngokuthi ziyimiZekeliso. Bese Kuba nalezi ezivame ukuthinta inkolo yabantu njengokuvela kokufa kwabantu nje esikuthola endabeni yonwabu nentulo. Zona zibizwa ngeNganeko. Bese kube nezinsumansumane.
Ice cream pie bukela i-anime e.g.Naruto,demon slayer and Jujustu kaisen
==Umlando==
Ngokosiko izinganekwane zabe zixoxwa kusihlwa ngenxa yenkolo yokuthi uma zixixwa emini abantu bazomila izimpondo. Izinganekwane zivame ukuba zixoxwe ngumuntu omdala okuvamiuse ukuba ngugogo noma umkhulu uxoxela abazukulu bakhe. Ngenxa yokuthi zazidluliselwa ngokomlomo abasunguli bazo abaziwa.
==Ukuhlukaniswa kwazo==
Izinganekwane zingahlukaniseka kathathu okubalwa kuzo lezi: Inganeko, Umzekelo kanye nensumansumane.
===Inganeko===
Uhlobo lwezinganekwane ezivame ukuthinta inkolo, iphathe u[[Nkulunkulu]] noma imimoya. inhloso yayo ukuveza imvelaphi yezinto ezithile, imvamasa yamukelwa njengeyiqiniso.Ngaphandle kokuncika enkolweni, inganeko ingabuye ichaze ngokuvela kwezinto njengabantu, ukufa kanye nokunye. Inganekwane eyaziwa kakhulu ewulolu hlobo yileyo ekhuluma ngoNkulunkulu ethuma unwabu ukuba lithuma abantu ngeke bafe. Wathuma intulo ukuthiu iyotshela abantu ukuthi bazofa. Intulo yafika kuqala ngenza ngonxa youkuthiu ihamba ngesivinini. Kulenganekwane kuvezae ukuthi kusukelaphi ukufa kwabantu.
===Umzekeliso===
Uhlobo lwenganekwane ethinta isigameko esiqanjiwe kokunye esake senzeka ngempela. Ithinta abantu abake baphila, kokunye ithinte izindawo ezaziwayo, kuye kufakwe into engakholeki ukuthi yenzeka. Ivame ukugxila emasikweni nasekunqubweni yaleso sizwe.Izindkikmba ezitholalaka nagaphansi kwemizekeliso kubalwa izimpi kanye nokufuduka kwezizwe.
ISIZULU
Uhlobo lwenganekwane evama ukuxoxwa uma kuchithwa isizungu. Ngokujwayelekile lezin zinganekwane zisuke ziqanjiwe kodwa ziba nesifundo esithile. Ziba nabalingiswa okungaba abantu noma izilwane eziziphathisa okwabantu. Zivama utkuthinta izinto nje ezejwayelekile kubantu njengomon, ukungathemebeki, ubuqili, ukungalaleli kanye nokunye.
==Imithombo==
{{reflist}}
{{stub}}
[[Category:Isiko]]
[[Category:Ubuciko bomlomo]]
[[Category:IsiZulu]]
[[Category:Ulimi]]
r69ffpi94ec9mihk7hkfdn60bdv4bgn
96796
96795
2022-08-16T18:24:20Z
Nkankane
11595
Deleted spam

1xofqjrb6ci9lheduwazpbgvavqizdq
IMpahla
0
18852
96797
96146
2022-08-17T03:19:32Z
Fongcwele
16873
Change 'fiziks' and 'nvange' to umchazandalo and umchazatho
wikitext
text/x-wiki
'''uTho''' ngokomChazandalo omdala noMchazatho ovamile luyinoma yisipho isiqa [[esinengqumbi]] futhi esidla umkhathi ngokuba [[nesisindo]]. Zonke izinto zansukuzonke ezithintekayo ekugcineni zakhiwa [[IChwe|ngamaChwe]], wona akhiwa [[INhlayiyana|izinhlayiyana]] ezincane kunamaChwe (“''subatomic particles''”), futhi ngokolimi lwesayensi, "uTho" ngokuvamile luhlanganisa amaChwe nakho konke okuthakwe ngawo, nazo zonke izinhlayiyana ezenza sengathi zinakho kokubili, ingqumbi kanye nesisindo. Kodwa azibalwa [[izinhlayiyana ezingenangqumbi]] ezifana [[namaBane]], noma ezinye iziMpekumpeku ezimangazayo noma amaGu anjengoku[[Khanya]] noma [[umChadamezo]]. UTho lutholakala nangezimo ezingafani, ezihlanganisa isimo [[esiNqumile]], [[esiluKetshezi]] [[nesiluHowo]] -- ngokwesibonelo amanzi atholakala eyiqhwa, engamanzi awuketshezi futhi engumusi oluhowo-- Kodwa ezinye izimo nazo zikhona ezihlanganisa [[uNyazani]], [[imiJiyo kaBose-noEistein]], [[imiJiyo yeFelimi]] [[noNyazani lweNkemfe-Ngcinyani]].
{{Stub}}
ia2dvd49pnc9zk7lv1mmsryvqn18uxo
96798
96797
2022-08-17T03:27:44Z
Fongcwele
16873
wikitext
text/x-wiki
'''uTho''' ngokomChazandalo omdala noMchazatho ovamile luyinoma yisiphi isiqa [[esinesisindo]] futhi esidla umkhathi ngokuba [[nomthamo]]. Zonke izinto zansukuzonke ezithintekayo ekugcineni zakhiwa [[IChwe|ngamaChwe]], wona akhiwa [[INhlayiyana|izinhlayiyana]] ezincane kunamaChwe (“''subatomic particles''”), futhi ngokolimi lwesayensi, "uTho" ngokuvamile luhlanganisa amaChwe nakho konke okuthakwe ngawo, nazo zonke izinhlayiyana ezenza sengathi zinakho kokubili, ingqumbi kanye nesisindo. Kodwa azibalwa [[izinhlayiyana ezingenasisindo]] ezifana [[namaBane]], noma ezinye izimongotho eziyimpekumpeku noma amaGu anjengoku[[Khanya]] noma [[umChadamezo]]. UTho lutholakala nangezimo ezingafani, ezihlanganisa isimo [[esiNqumile]], [[esiluKetshezi]] [[nesiluHowo]] -- ngokwesibonelo amanzi atholakala eyiqhwa, engamanzi awuketshezi futhi engumusi oluhowo-- Kodwa ezinye izimo nazo zikhona ezihlanganisa [[uNyazani]], [[imiJiyo kaBose-noEistein]], [[imiJiyo yeFelimi]] [[noNyazani lweNkemfe-Ngcinyani]].
{{Stub}}
3s4makx5zzev4lgs108l637yd8p2va1